Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

INcwajana YoMhlangano Wokuphila Nenkonzo  |  November 2017

Novemba 20-​26

MIKA 1-7

Novemba 20-​26
  • INgoma 26 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • Yini UJehova Ayicela Kithi?”: (10 imiz.)

    • [Dlala ividiyo ethi Isethulo SikaMika.]

    • Mika 6:6, 7—Imihlatshelo esiyenzayo ayithi shu kuJehova uma singabaphathi kahle abanye abantu (w08 5/15 6 ¶20)

    • Mika 6:8—UJehova akalindele ukuba senze okungaphezu kwamandla ethu (w12 11/1 22 ¶4-7)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Mika 2:12—Sagcwaliseka kanjani lesi siprofetho? (w07 11/1 15 ¶5)

    • Mika 7:7—Kungani kufanele ‘sibonise isimo sengqondo sokulinda’ uJehova? (w03 8/15 24 ¶20)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?

    • Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Mika 4:1-10

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) IHu 83:18—Fundisa Iqiniso. Beka isisekelo sempindelo.

  • Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) Eks 3:14 —Fundisa Iqiniso. Beka isisekelo sempindelo elandelayo.

  • Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) bh 123-124 ¶20-21.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU