Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

Kuhanjiswa incwajana yo-Mndeni Ojabulayo ezweni laseGeorgia

INCWAJANA YOMHLANGANO WOKUPHILA NENKONZO November 2017

Izintshumayelo Ezisikiselwe

Izintshumayelo ezisikiselwe ze-Nqabayokulinda nokufundisa iqiniso ngegama likaNkulunkulu. Zisebenzisele ukuzenzela ezakho izintshumayelo.

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

“Funani UJehova, Niqhubeke Niphila”

Kusho ukuthini ukufuna uNkulunkulu? Yini esingayifunda kuma-Israyeli ahluleka ukufuna uNkulunkulu?

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Ukuthuthukisa Amakhono Ethu Enkonzweni​​—⁠Ukubuyela Koxoxe Naye

Singaba kanjani nezingxoxo eziphumelelayo nalabo esike saxoxa nabo? Basize beqhubeke benesifiso sokulalela, ubafundise okuthile njalo, ukhumbula umgomo wakho

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

Funda Emaphutheni Owenzile

Indaba kaJona ibonisa ukuthi uJehova uNkulunkulu akasidubi lapho senza amaphutha noma kunjalo, ulindele ukuba sifunde emaphutheni esiwenzile.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Izifundo Esizithola Encwadini KaJona

Ukuzindla ngendaba kaJona kungasisiza sibhekane ngokuphumelelayo nokudumazeka, silungise umbono wethu ongemuhle ngensimu futhi sithole induduzo ngomthandazo.

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

Yini UJehova Ayicela Kithi?

Yikuphi ukuhlobana okukhona phakathi kwenkonzo yethu nobuhlobo esinabo nabafowethu abangokomoya?

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

Hlale Uphapheme Ngokomoya Futhi Umatasa

AbaseBhabhiloni babebonakala bengenakumchitha uJuda. Yize kunjalo, leso siprofetho sasizogcwaliseka futhi uHabakuki kwakudingeka alokhu esilindele.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Hlale Uphapheme Ngokomoya Futhi Umatasa Lapho Izimo Zakho Zishintsha

Lapho ushintsho lusongela indlela esikhonza ngayo uJehova nobuhlobo bethu naye, yini engasisiza sihlale siphapheme ngokomoya futhi simatasa?