Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

INcwajana YoMhlangano Wokuphila Nenkonzo  |  May 2017

May 22-28

JEREMIYA 44-48

May 22-28
  • INgoma 70 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • Musa ‘Ukuzifunela Izinto Ezinkulu’”: (10 imiz.)

    • Jer 45:2, 3​—Ukucabanga kukaBharuki okungalungile kwambangela usizi (jr 104-105 ¶4-6)

    • Jer 45:4, 5a​—Ngomusa, uJehova wakulungisa ukucabanga kukaBharuki (jr 103 ¶2)

    • Jer 45:5b​—UBharuki wazisindisa ngokugxila ezintweni ezibaluleke kakhulu (w16.07 8 ¶6)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Jer 48:13​—Kungani abakwaMowabi babeyoba “namahloni ngoKemoshi”? (it-1 430)

    • Jer 48:42​—Kungani isahlulelo sikaJehova kwabakwaMowabi siqinisa ukholo? (it-2 422 ¶2)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?

    • Iyiphi enye ingcebo engokomoya oyithole ezahlukweni zeBhayibheli zaleli sonto?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Jer 47:1-7

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) hf​—Beka isisekelo sempindelo.

  • Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) hf​—Beka isisekelo sempindelo elandelayo.

  • Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) lv 199 ¶9-10​—Bonisa umfundi kafushane ukuthi angacwaninga kanjani ngovivinyo oluthile abhekene nalo.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU