Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

INcwajana YoMhlangano Wokuphila Nenkonzo  |  May 2016

 AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | AMAHUBO 19-25

Iziprofetho Zinikeza Imininingwane NgoMesiya

Iziprofetho Zinikeza Imininingwane NgoMesiya

UMBHALO

ISIPROFETHO

UKUGCWALISEKA

IHubo 22:1

Kwabonakala sengathi uNkulunkulu umlahlile

Mathewu 27:46; Marku 15:34

IHubo 22:7, 8

Wadelelwa ngesikhathi esesigxotsheni

Mathewu 27:39-43

IHubo 22:16

Wabethelwa esigxotsheni

Mathewu 27:31; Marku 15:25; Johane 20:25

IHubo 22:18

Kwenziwa inkatho ngezingubo zakhe

Mathewu 27:35

IHubo 22:22

Uyahola ekumemezeleni igama likaJehova

Johane 17:6