Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

INcwajana YoMhlangano Wokuphila Nenkonzo  |  May 2016

 AMAGUGU AVELA EZWINI LIKANKULUNKULU | AMAHUBO 1-10

Ukuze Sibe Nokuthula NoJehova Kudingeka Sihloniphe INdodana Yakhe, UJesu

Ukuze Sibe Nokuthula NoJehova Kudingeka Sihloniphe INdodana Yakhe, UJesu

Kwakuprofethiwe ukuthi ababusi bayoba nobutha noJehova noJesu

2:1-3

  • Kwakuprofethiwe ukuthi izizwe zazingeke zilamukele igunya likaJesu kodwa zaziyoqokomisa elazo

  • Lesi siprofetho sagcwaliseka ngesikhathi uJesu esemhlabeni futhi namuhla sigcwaliseka ngezinga elikhulu

  • Umhubi uthi izizwe zivungazela into eyize, okusho ukuthi injongo yazo iyize futhi iyobhuntsha nakanjani

Yilabo kuphela abahlonipha iNkosi kaJehova egcotshiwe abayothola ukuphila

2:8-12

  • Bonke abaphikisa iNkosi enguMesiya bazobhujiswa

  • Ngokuhlonipha iNdodana, uJesu, abantu bangathola ukulondeka nokuthula