• INgoma 99 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • Ukuze Sibe Nokuthula NoJehova Kudingeka Sihloniphe INdodana Yakhe, UJesu”: (10 imiz.)

    • [Dlala i-video ethi Isethulo SamaHubo.]

    • IHu 2:1-3—Kwakuprofethiwe ukuthi ababusi bayoba nobutha noJehova noJesu (w04 7/15 16-17 ¶4-8; it-1-E 507; it -2-E 386 ¶3)

    • IHu 2:8-12—Yilabo kuphela abahlonipha iNkosi kaJehova egcotshiwe abayothola ukuphila (w04 8/1 5 ¶2-3)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • IHu 2:7—Siyini ‘isinqumo sikaJehova’? (w06 5/15 17 ¶6)

    • IHu 3:2—Kusho ukuthini ukuthi Sela? (w06 5/15 18 ¶2)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?

    • Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) IHu 8:1–9:10

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) isembozo se-wp16.3—Funda umBhalo emshinini ophathwayo.

  • Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) isembozo se-wp16.3—Umninikhaya makangahambisani nokusebenzisa kwakho INguqulo Yezwe Elisha. Yibe usumbonisa kuyi-JW Library ukuthi enye inguqulo ithini.

  • Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) bh 12 ¶12-13—Khuthaza umfundi ukuba adawunilode i-JW Library emshinini wakhe ophathwayo.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 138

  • Hlonipha Indlu KaJehova: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala i-video ethi Yiba Umngane KaJehova—Hlonipha Indlu KaJehova. (Vula ingxenye ethi IZIMFUNDISO ZEBHAYIBHELI > IZINGANE.) Ngemva kwalokho, cela izingane ezincane ziye esiteji bese uzibuza imibuzo ngale video.

  • Igama LikaNkulunkulu EmiBhalweni YesiHebheru: (10 imiz.) Inkulumo esekelwe encwajaneni ethi INsiza-kufunda YeZwi LikaNkulunkulu, ingxenye 1.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) ia isahl. 15 ¶1-14, ibhokisi ek. 138

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 11 Nomthandazo