Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

INcwajana YoMhlangano Wokuphila Nenkonzo  |  May 2016

May 30–June 5

AMAHUBO 26-33

May 30–June 5
  • INgoma 23 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • Bheka KuJehova Ukuze Uthole Isibindi”: (10 imiz.)

    • IHu 27:1-3—Ukucabanga ngendlela uJehova ayisibani sethu ngayo kusinika isibindi (w12 7/15 22-23 ¶3-6)

    • IHu 27:4—Ukwazisa ngokukhulekela kweqiniso kuyasiqinisa (w12 7/15 24 ¶7)

    • IHu 27:10—UJehova ukulungele ukusekela izinceku zakhe lapho abanye bezishiya (w12 7/15 24 ¶9-10)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • IHu 26:6—Silizungeza kanjani i-altare likaJehova njengoDavide? (w06 5/15 19 ¶11)

    • IHu 32:8—Iyiphi inzuzo yokuthola ukuqonda okuvela kuJehova? (w09 6/1 5 ¶3)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?

    • Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) IHu 32:1–33:8

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) kt—Funda umbhalo emshinini ophathwayo.

  • Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) Makube nomboniso wokukhulumela isifundo seBhayibheli kothile ongumzila kamagazini ngokumbonisa i-video ethi Siqhutshwa Kanjani Isifundo SeBhayibheli? kuyi-JW Library.

  • Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) jl isifundo 9—Kafushane bonisa omfundelayo indlela yokusebenzisa i-JW Library ukuze alungiselele imihlangano.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU