Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

Abashadikazi batadisha ndawonye besebenzisa i-tablet

INCWAJANA YOMHLANGANO WOKUPHILA NENKONZO May 2016

Izintshumayelo Ezisikiselwe

Amacebiso okuhambisa i-Nqabayokulinda nencwadi Okufundiswa IBhayibheli. Sebenzisa lezi zibonelo ukuze uzakhele ezakho izintshumayelo.

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

Ukuthandazela Abanye Kuyamjabulisa UJehova

UNkulunkulu watshela uJobe ukuba athandazele abangane bakhe abangenamusa. UJobe wabusiswa kanjani ngokholo nangokukhuthazela? (Jobe 38-42)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Ingabe Uyayisebenzisa I-JW Library?

Ungayithola kanjani le app? Ingakusiza kanjani emihlanganweni yebandla nasensimini?

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

Ukuze Sibe Nokuthula NoJehova Kudingeka Sihloniphe INdodana Yakhe, UJesu

Izizwe zisabele kanjani egunyeni likaJesu? Kungani kubalulekile ukuba sihloniphe iNkosi kaNkulunkulu egcotshiwe? (IHubo 2)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

Ngubani Ongaba Yisimenywa Etendeni LikaJehova?

IHubo 15 lichaza lokho uJehova uNkulunkulu akubhekayo kumngane.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Izindlela Zokusebenzisa I-JW Library

Izindlela zokusebenzisa le app esifundweni somuntu siqu, emihlanganweni nasenkonzweni.

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

Iziprofetho Zinikeza Imininingwane NgoMesiya

Bona indlela iziprofetho zikaMesiya ezikumaHubo 22 ezagcwaliseka ngayo kuJesu.

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

Bheka KuJehova Ukuze Uthole Isibindi

Yini engasisiza sibe nesibindi njengoDavide? (IHubo 27)