Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

 AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | GENESISE 27-28

UJakobe Uthola Izibusiso Ezimfanele

UJakobe Uthola Izibusiso Ezimfanele

27:6-10, 18, 19, 27-29

Lokho u-Isaka akusho lapho ebusisa uJakobe kwakuyisiprofetho.

  • 27:28—UJehova wanikeza inzalo kaJakobe izwe elicebile “eligeleza ubisi noju.”—Dut 26:15

  • 27:29—Ama-Israyeli (inzalo kaJakobe) aba namandla kunabakwa-Edomi (inzalo ka-Esawu).—Gen 25:23; 2Sam 8:14

  • 27:29—Ngenxa yokuthi abakwa-Edomi babezonda ama-Israyeli, baqalekiswa nesizwe sabo sashabalala.—Hez 25:12-14