Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Mashi 25-​31

1 KORINTE 4-6

Mashi 25-​31
  • INgoma 123 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • Imvubelo Encane Iyibilisa Yonke Inhlama”: (10 imiz.)

    • 1Ko 5:1, 2—Ibandla laseKorinte lalivumela umenzi wobubi ukuba aqhubeke ehlanganyela

    • 1Ko 5:5-8, 13—UPawulu watshela ibandla ukuba likhiphe “imvubelo” ephakathi kwalo, linikele umenzi wobubi kuSathane (it-2-E 230, 869-870)

    • 1Ko 5:9-11—Akufanele kube nomenzi wobubi ongaphenduki oqhubeka ehlanganyela nebandla (lv 34-35 ¶19-21)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • 1Ko 4:9—Kungamuphi umqondo izinceku zikaNkulunkulu ezingabantu ‘ziwumibukwane enkundleni yemidlalo’ ezingelosini? (w09 5/15 24 ¶16)

    • 1Ko 6:3—Kubonakala sengathi uPawulu wayesho ukuthini uma ethi: “Siyokwahlulela izingelosi”? (it-2-E 211)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?

    • Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) 1Ko 6:1-14 (th isifundo 10)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 78

  • Sebenzisa Amavidiyo Ukuze Ufundise Ofunda Nabo IBhayibheli”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ebonisa ummemezeli esebenzisa ividiyo etholakala esifundweni 4 sencwajana ethi Izindaba Ezinhle ukuze afundise afunda naye iBhayibheli bese nixoxa ngayo.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) cf isahl. 5 ¶16-20 nebhokisi ek. 55

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 1 Nomthandazo