• INgoma 131 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • U-Esteri Wazidela Ngenxa KaJehova Nabantu Bakhe”: (10 imiz.)

    • Est 8:3, 4—Nakuba u-Esteri ayelondekile, wafaka ukuphila kwakhe engozini ngenxa yabanye (ia 142 ¶24-25)

    • Est 8:5—U-Esteri wakhuluma no-Ahashiveroshi ngekhono (w06 3/1 11 ¶8)

    • Est 8:17—Abantu abaningi baguqukela ebuJudeni (w06 3/1 11 ¶3)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Est 8:1, 2—Sagcwaliseka kanjani isiprofetho esashiwo uJakobe esokhukhweni lokufa mayelana ‘nokuhlukanisa kukaBhenjamini impango ebusuku’? (ia 142, ibhokisi)

    • Est 9:10, 15, 16—Nakuba umyalo wawugunyaza amaJuda ukuba azithathele impango, kungani engazange akwenze lokho? (w06 3/1 11 ¶4)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?

    • Yimaphi amaphuzu akulokhu kufundwa kweBhayibheli engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: Est 8:1-9 (4 imiz. noma ngaphansi)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 118

  • Yamukela Abasivakashele”: (15 imiz.) Ingxoxo. Cela abamemezeli balandise okuhlangenwe nakho okuhle abakuthola ngokuthatha isinyathelo sokwamukela izivakashi ezazize eSikhumbuzweni ngokudlule. Makube nabalingisa okuhlangenwe nakho okuvelele.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: ia isahl. 10 ¶12-21, nokubukezwa kwesahluko (30 imiz.)

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 147 Nomthandazo