Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

 AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | EFESU 1-3

Isimiso SikaJehova Sokuqondisa Nalokho Esikufezayo

Isimiso SikaJehova Sokuqondisa Nalokho Esikufezayo

1:8-10

Isimiso sikaJehova sokuqondisa siyilungiselelo lokwenza zonke izidalwa zakhe ezihlakaniphile zibe nobunye.

  • Silungisela abagcotshiwe ukuphila ezulwini noJesu Kristu oyiNhloko yomndeni wabo

  • Senza labo abazophila emhlabeni bakulungele ukuphila ngaphansi koMbuso kaMesiya

Iziphi izindlela engingasiza ngazo ukuze inhlangano kaJehova ibe nobunye?