Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

Khetha ulimi IsiZulu

June 19-​25

HEZEKELI 1-5

June 19-​25
  • INgoma 75 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • UHezekeli Wayekujabulela Ukumemezela Umyalezo KaNkulunkulu”: (10 imiz.)

    • [Dlala i-video ethi Isethulo SikaHezekeli.]

    • Hez 2:9–3:2​—UHezekeli wawudla umqulu ‘wezingoma zokulila nokugquma nokubangalasa’ (w08 7/15 8 ¶6-7; it-1-E 1214)

    • Hez 3:3—UHezekeli wayekwazisa ukuba umprofethi kaJehova (w07 7/1 12 ¶3)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Hez 1:20, 21, 26-28—Ifanekiselani inqola yasezulwini? (w07 7/1 11 ¶6)

    • Hez 4:1-7—Ingabe uHezekeli wakwenza ngempela lokho okwakufanekisela ukuvinjezelwa kweJerusalema? (w07 7/1 12 ¶4)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?

    • Iyiphi enye ingcebo engokomoya oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Hez 1:1-14

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) T-32​—Beka isisekelo sengxoxo elandelayo.

  • Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) T-32​—Dlala i-video ethi Umndeni Wakho Ungajabula—Isethulo, bese umnika incwajana.

  • Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) bh 143 ¶20-21—Bonisa indlela yokufinyelela inhliziyo.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU