Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

INcwajana YoMhlangano Wokuphila Nenkonzo  |  June 2017

 AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | ISILILO 1-5

Ukuzimisela Ukulinda Kuyasisiza Sibekezele

Ukuzimisela Ukulinda Kuyasisiza Sibekezele

Yini eyasiza uJeremiya ukuba abekezele ngesineke phezu kokuhlupheka okukhulu?

3:20, 21, 24, 26, 27

  • Wayeqiniseka ukuthi uJehova ‘wayeyokhothamela’ phezu kwalabo abaphendukayo kubantu bakhe, abakhiphe osizini lwabo

  • Wayefunde ‘ukuthwala ijoka ebusheni bakhe.’ Uma umuntu ebekezelela ukuvivinywa kokholo lapho esemusha, kuyomsiza akwazi ukubhekana nezinkinga ngempumelelo lapho esekhulile

Ngingazilungiselela kanjani ukubhekana nezinkinga ezihlukahlukene eziseza?

 

Ngingabonisa kanjani ukuthi ngizimisele ukulinda?