Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

INcwajana YoMhlangano Wokuphila Nenkonzo  |  June 2016

June 13-19

AMAHUBO 38-44

June 13-19
  • INgoma 4 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • UJehova Uyabasekela Abagulayo”: (10 imiz.)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • IHu 39:1, 2—Kumelwe siyiqaphe kanjani inkulumo yethu? (w09 5/15 4 ¶5; w06 5/15 20 ¶12)

    • IHu 41:9—UJesu wasibhekisa kanjani isimo sikaDavide kuye uqobo? (w11 8/15 13 ¶5; w08 9/15 5 ¶11)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?

    • Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) IHu 42:6–43:5

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 128

  • Bheka Njalo Umvuzo!: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala i-video ethi Yiba Umngane KaJehova—Bheka Njalo Umvuzo! (INgoma 24). (Bheka ngaphansi kwesithi IZIMFUNDISO ZEBHAYIBHELI > IZINGANE.) Yibe usuxoxa ngomsebenzi ohambisana nale video othi “Qhathanisa: Ukuphila Kwamanje Nokwesikhathi Esizayo,” usebenzisa le mibuzo: Iziphi izinguquko eziyokwenzeka ePharadesi? Yiziphi izibusiso ozilangazelelayo? Ukuzindla ngethemba lakho kungakusiza kanjani ukuba ukhuthazele?—2Ko 4:18.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) ia isahl. 17 ¶14-22, ukubukeza ek. 152

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 36 Nomthandazo