Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

INcwajana YoMhlangano Wokuphila Nenkonzo  |  July 2016

 AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | AMAHUBO 69-73

Abantu BakaJehova Bashisekela Ukukhulekela Kweqiniso

Abantu BakaJehova Bashisekela Ukukhulekela Kweqiniso

Ukushisekela kwethu ukukhulekela kweqiniso kufanele kube sobala

69:9

  • UDavide wabonisa intshiseko ngoJehova ukuphila kwakhe konke

  • UDavide akazange abekezelele noma yikuphi ukubangiswa kukaJehova noma ukuhlanjalazwa kwegama laKhe

Asebekhulile bangasiza abasebasha ukuba bashiseke

71:17, 18

  • Umlobi waleli hubo, mhlawumbe uDavide, wazwakalisa isifiso sokukhuthaza isizukulwane esilandelayo

  • Abazali namaKristu angomakad’ ebona bangaqeqesha abasebasha

Intshiseko yethu isishukumisela ukuba sitshele abanye ngalokho uMbuso ozokwenzela isintu

72:3, 12, 14, 16-19