Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

 AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | 2 THESALONIKA 1-3

Ukwambulwa Kwalowo Ongenamthetho

Ukwambulwa Kwalowo Ongenamthetho

2:6-12

UPawulu wayekhuluma ngani kula mavesi?

  • ‘Into evimbelayo’ (ivesi 6)—Cishe abaphostoli

  • ‘Ukwambulwa’ (ivesi 6)—Ngemva kokufa kwabaphostoli, amaKristu ayizihlubuki aphumela obala ngezenzo zawo zobuzenzisi nangezimfundiso zamanga

  • “Imfihlakalo yalokhu kungabi namthetho” (ivesi 7)—Ngosuku lukaPawulu abantu babengazi ukuthi ubani lowo “ongenamthetho”

  • “Ongenamthetho” (ivesi 8)—Namuhla lowo “ongenamthetho” yiqembu labefundisi belobukholwa

  • ‘INkosi uJesu iyomqeda lowo [ongenamthetho] . . . ngokubonakaliswa kokuba khona kwayo’ (ivesi 8)—UJesu uyobonakalisa ukuba khona kwakhe njengeNkosi yasezulwini ngokubhubhisa isimiso sezinto sikaSathane ‘nongenamthetho’ ngokuvumelana nesahlulelo sikaJehova.

La mavesi akukhuthaza kanjani ukuba ushumayele ngentshiseko nangomuzwa wokuphuthuma?