Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

INcwajana YoMhlangano Wokuphila Nenkonzo  |  July 2017

Julayi 17-​23

HEZEKELI 18-20

Julayi 17-​23
  • INgoma 21 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • Lapho UJehova Ethethelela, Ingabe Uyakhohlwa?”: (10 imiz.)

    • Hez 18:19, 20—Umuntu ngamunye uyoziphendulela kuJehova ngezenzo zakhe (w12 7/1 18 ¶2)

    • Hez 18:21, 22—UJehova ukulungele ukuthethelela izono zabaphendukayo futhi akasoze aphinde ababeke icala ngalezo zono (w12 7/1 18 ¶3-7)

    • Hez 18:23, 32—Ababi uJehova ubabhubhisa kuphela uma kungasekho okunye angakwenza (w08 4/1 8 ¶4; w06 12/1 27 ¶11)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Hez 18:29—Kungani ama-Israyeli aba nombono oyiphutha ngoJehova, futhi singakugwema kanjani ukwenza iphutha elifanayo? (w13 8/15 11 ¶9)

    • Hez 20:49—Kungani abantu babecabanga ukuthi uHezekeli ‘uqamba izaga,’ futhi lokhu kusixwayisa ngayiphi ingozi? (w07 7/1 14 ¶3)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?

    • Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Hez 20:1-12

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) 1Joh 5:19—Fundisa Iqiniso. Beka isisekelo sempindelo.

  • Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) Gen 3:2-5—Fundisa Iqiniso. Beka isisekelo sempindelo elandelayo. (Bheka i-mwb16.08 8 ¶2.)

  • Inkulumo: (6 imiz. noma ngaphansi) w16.05 32—Isihloko: Ibandla Lingabonisa Kanjani Ukuthi Liyajabula Lapho Kumenyezelwa Ukuthi Othile Ubuyiselwe Ekuhlanganyeleni?

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU