Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Januwari 27–Febhuwari 2

GENESISE 9-11

Januwari 27–Febhuwari 2

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • Umhlaba Wonke Waqhubeka Unolimi Olulodwa”: (10 imiz.)

    • Gen 11:1-4—Abathile banquma ukwakha idolobha nombhoshongo ukuze baphikisane nentando kaNkulunkulu (it-1-E 239; it-2-E 202 ¶2)

    • Gen 11:6-8—UJehova waphithanisa ulimi lwabo (it-2-E 202 ¶3)

    • Gen 11:9—Abantu bawuyeka lowo msebenzi wokwakha bahlakazeka (it-2-E 472)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)

    • Gen 9:20-22, 24, 25—Yini okungenzeka yenza uNowa waqalekisa uKhanani kunoHamu? (it-1-E 1023 ¶4)

    • Gen 10:9, 10—Kungamuphi umqondo uNimrode ‘ayeyiphisi elinamandla ngokumelene noJehova’? (it-2-E 503)

    • Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova uNkulunkulu, inkonzo yasensimini noma okunye?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Gen 10:6-32 (th isifundo 5)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Okwesibili: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo, bese ubuza izilaleli le mibuzo elandelayo: Yini ebonisa ukuthi laba bamemezeli bakulungiselele ndawonye abazokusho? Umfowethu uyethule kanjani incwadi eseBhokisini Lethu Lamathuluzi Okufundisa futhi usiqale kanjani isifundo seBhayibheli?

  • Lapho Ubuyela Okwesibili: (3 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 4)

  • Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxoxo yalapho ubuyela okwesibili, bese uqalisa isifundo seBhayibheli ngencwadi ethi Lingasifundisani. (th isifundo 2)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU