Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

 AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | GENESISE 3-5

Umonakalo Obangelwe Amanga Okuqala

Umonakalo Obangelwe Amanga Okuqala

3:1-6, 15-19

USathane ubelokhu edukisa abantu kusukela akhohlisa u-Eva. (IsAm 12:9) Kungayiphi indlela la manga asakazwa uSathane avimba ngayo abantu ukuba basondelane noJehova?

  • Asikho isidalwa esinamandla kunazo zonke

  • UNkulunkulu unguZiqu-zintathu ongaqondakali

  • UNkulunkulu akanalo igama

  • UNkulunkulu uhlupha abantu phakade esihogweni somlilo

  • Yonke into eyenzekayo iyintando kaNkulunkulu

  • UNkulunkulu akanandaba nabantu

La manga ngoNkulunkulu akwenza uzizwe kanjani?

Ungasiza kanjani ekuhlanzeni igama likaNkulunkulu?