Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Januwari 28–​Febhuwari 3

IZENZO 27-28

Januwari 28–​Febhuwari 3
  • INgoma 129 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • UPawulu Uya ERoma Ngomkhumbi”: (10 imiz.)

    • IzE 27:23, 24—Ingelosi yatshela uPawulu ukuthi bonke labo ayenabo emkhunjini babezosinda esiphephweni (bt 208 ¶15)

    • IzE 28:1, 2—UPawulu waphukelwa umkhumbi eMelitha (bt 209 ¶18; 210 ¶21)

    • IzE 28:16, 17—UPawulu wafika ephephile eRoma (bt 213 ¶10)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • IzE 27:9—Kwakuyini ‘ukuzila ukudla kosuku lokuhlawulela’? (iphuzu lokucwaninga elithi “nokuzila ukudla [kosuku lokuhlawulela],” elikuyizE 27:9, kuyi-nwtsty-E)

    • IzE 28:11—Kusiza ngani ukwazi ukuthi kwakunesithombe emkhunjini? (iphuzu lokucwaninga elithi “samaDodana KaZeyusi,” elikuyizE 28:11, kuyi-nwtsty-E)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?

    • Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) IzE 27:1-12 (th isifundo 5)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU