Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

INcwajana YoMhlangano Wokuphila Nenkonzo  |  Januwari 2018

 AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | MATHEWU 10-11

UJesu Wathi Uzoletha Ukuqabuleka

UJesu Wathi Uzoletha Ukuqabuleka

11:28-30

“Ijoka lami ngelomusa”

Njengoba ayengumbazi, uJesu wayekwazi ukubaza ijoka, mhlawumbe eligoqa ngendwangu noma ngesikhumba ukuze abantu bangalimali lapho belisebenzisa. Lapho samukela ijoka likaJesu lokuba umlandeli wakhe ngesikhathi sibhapathizwa, sisuke samukela umsebenzi oyinselele nemithwalo yawo, kodwa ukwenza kanjalo kuyinto eqabulayo eletha izibusiso eziningi.

Iziphi izibusiso ozijabulele kusukela waba ngaphansi kwejoka likaJesu?