Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

Khetha ulimi IsiZulu

Januwari 29–Febhuwari 4

MATHEWU 10-11

Januwari 29–Febhuwari 4
  • INgoma 22 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • UJesu Waletha Ukuqabuleka”: (10 imiz.)

    • Math 10:29, 30—Siyaqabula isiqinisekiso sikaJesu sokuthi uJehova uyasikhathalela ngempela (amaphuzu okucwaninga: “Ondlunkulu,” “ngohlamvu lwemali lwenani elincane,” “zona kanye izinwele zekhanda lenu zibaliwe zonke,” nokubukwayo “Undlunkulu” okukuMath 10:29, 30 kuyi-nwtsty-E)

    • Math 11:28—Ukukhonza uJehova kuyaqabula (amaphuzu okucwaninga: “nenisindwayo,” “ngizonenza niqabuleke,” akuMath 11:28 kuyi-nwtsty-E)

    • Math 11:29, 30—Ukuzithoba egunyeni nasesiqondisweni sikaKristu kusenza siqabuleke (iphuzu lokucwaninga elithi “Bekani ijoka lami phezu kwenu” elikuMath 11:29, kuyi-nwtsty-E)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Math 11:2, 3—Kungani uJohane umBhaphathizi abuza lo mbuzo? (jy-E 96 ¶2-3)

    • Math 11:16-19—Siwaqonda kanjani la mavesi? (jy-E 98 ¶1-2)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?

    • Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Math 11:1-19

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Lapho Ubuyela Okwesibili: (3 imiz. noma ngaphansi) Bheka ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho.

  • Lapho Ubuyela Okwesithathu: (3 min. noma ngaphansi) Zikhethele umBhalo ozowusebenzisa bese ushiya umbuzo ozowuphendula ngokuzayo.

  • Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) bhs 45-46 ¶15-16—Memela umuntu emihlanganweni yebandla.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 119

  • Ukuqabula Labo ‘Abakhandlekayo Nabasindwayo’: (15 imiz.) Dlala ividiyo. Ngemva kwalokho xoxa ngemibuzo elandelayo:

    • Iziphi izenzakalo zamuva ezenza abantu abathile badinge ukuqabuleka?

    • UJehova noJesu bakulethe kanjani ukuqabuleka ngenhlangano?

    • ImiBhalo iwumthombo wokuqabuleka ngayiphi indlela?

    • Ngamunye wethu angaba kanjani umthombo wokuqabuleka kwabanye?

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lv isahl. 3 ¶16-21

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 90 Nomthandazo