Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

INcwajana YoMhlangano Wokuphila Nenkonzo  |  Januwari 2018

 AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | MATHEWU 6-7

Qhubekani Nifuna Kuqala UMbuso

Qhubekani Nifuna Kuqala UMbuso

Emthandazwani wakhe oyisibonelo, uJesu wabonisa ukuthi izinto eziphathelene nenjongo kaJehova noMbuso kufanele zize kuqala ekuphileni kwethu.

6:9-13

  • Igama likaNkulunkulu

    UMbuso kaNkulunkulu

    Intando kaNkulunkulu

  • Isinkwa sosuku nosuku

    Intethelelo yezono

    Ukumelana nezilingo

Ezinye izinto eziphathelene noMbuso mina engingazithandazela:

  • Ukuba uqhubekele phambili umsebenzi wokushumayela

  • Ukuba umoya ongcwele kaNkulunkulu usekele labo ababhekene novivinyo

  • Ukuba uNkulunkulu abusise imisebenzi yokwakha izakhiwo ezisekela uMbuso noma imikhankaso yokushumayela

  • Ukuba labo abaholayo bathole amandla nokuhlakanipha okuvela kuNkulunkulu

  • Okunye