UJesu, iNkosi, ulungiselela ‘izikhulu,’ ezingabadala abanakekela umhlambi

32:1-3

  • ‘Njengendawo yokucashela isiphepho esinemvula,’ bayazikhandla ukuze bavikele umhlambi ezivunguvungwini eziwushushiso nokudangala

  • “Njengemifudlana yamanzi ezweni elingenamanzi,” bayabaqabula labo abomile ngokomoya ngokubanika iqiniso elimsulwa nelingangcolisiwe

  • “Njengomthunzi wedwala elikhulu ezweni eligwadulekile,” bavuselela umhlambi ngokuwuqondisa nangokuwuqabula ngokomoya