Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

Khetha ulimi IsiZulu

 AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | ISAYA 38-42

UJehova Unika Okhatheleyo Amandla

UJehova Unika Okhatheleyo Amandla

40:29-31

  • Ukhozi lukwazi ukundiza amahora amaningi, lusebenzisa ama-thermal, noma umoya oshisayo okhuphukayo. Lapho seluwutholile lo moya oshisayo, luyajikeleza kuwo lulokhu lukhuphukela phezulu. Lapho seluphakeme ngezinga elithile, luyantweza luye kwenye indawo enomoya okhuphukayo, luphinde lwenze okufanayo

  • Indlela ukhozi olubonakala lundiza kalula ngayo ikufanekisela kahle ukuqhubeka kwethu sikhonza uNkulunkulu ngamandla avela kuye