Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

INcwajana YoMhlangano Wokuphila Nenkonzo  |  January 2016

 AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | 2 IZIKRONIKE 29-32

Ukukhulekela Kweqiniso Kudinga Ukuzikhandla

Ukukhulekela Kweqiniso Kudinga Ukuzikhandla
UKUBUKEKA
Amagama
Isithombe

UHezekiya ubuyisela ukukhulekela kweqiniso ngokuzimisela

29:10-17

  • 746-716 B.C.E.

    Ukubusa KukaHezekiya

  • NISANI 746 B.C.E.

    • Izinsuku 1-8: Wahlanza igceke elingaphakathi

    • Izinsuku 9-16: Wahlanza indlu kaJehova

    • Ukuhlawulelwa kuka-Israyeli nokubuyiselwa kokukhulekela kweqiniso kwaqala

  • 740 B.C.E.

    Ukuwa KweSamariya

UHezekiya umema bonke abanhliziyo-ziqotho ukuba babuthane ekukhulekeleni

30:5, 6, 10-12

  • Izithunywa zathunywa ukuba ziyosakaza izincwadi ezimemezela iPhasika ezweni lonke, kusukela eBheri-sheba kuya kwaDani

  • Nakuba abanye babehleka usulu, abaningi basabela kahle