Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

 YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

Indlela Yokuqhuba Isifundo Ngencwajana Ethi Izindaba Ezinhle

Indlela Yokuqhuba Isifundo Ngencwajana Ethi Izindaba Ezinhle
  1. Buza umbuzo obhalwe ngokugqamile onenombolo ukuze usize umninikhaya agxile ephuzwini eliyinhloko.

  2. Funda isigaba esilandelayo.

  3. Funda imiBhalo ebhalwe ngomalukeke bese usebenzisa imibuzo engacasuli ukuze usize umninikhaya abone indlela imiBhalo ephendula ngayo umbuzo onenombolo.

  4. Uma kukhona nesinye isigaba ngaphansi kwalowo mbuzo, phinda izinyathelo 2, no-3. Uma ku-jw.org kune-video ehambisana nombuzo onenombolo, yidlale phakathi nengxoxo yenu.

  5. Ukuze uqiniseke ukuthi umninikhaya uyaliqonda iphuzu eliyinhloko, mcele aphendule umbuzo onenombolo.