Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

Odade basebenzisa incwajana ethi Izindaba Ezinhle eMadagascar

INCWAJANA YOMHLANGANO WOKUPHILA NENKONZO January 2016

Izintshumayelo Ezisikiselwe

Amacebiso okuhambisa omagazini INqabayokulinda ne-Phaphama! kanye nencwajana ethi Izindaba Ezinhle Ezivela KuNkulunkulu. Sebenzisa lezi zibonelo ukuze uzakhele ezakho izintshumayelo.

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

Ukukhulekela Kweqiniso Kudinga Ukuzikhandla

Cabanga iNkosi uHezekiya ivuselela ukukhulekela kweqiniso ngokuzimisela. Sebenzisa imidwebo, amabalazwe neshadi lezenzakalo ezikweyesi-2 IziKronike 29-30.

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

Indlela Yokuqhuba Isifundo Ngencwajana Ethi Izindaba Ezinhle

Izinyathelo ezinhlanu ezilula zokuqhuba izifundo zeBhayibheli eziphumelelayo ngencwajana ethi Izindaba Ezinhle Ezivela KuNkulunkulu!

UKUPHILA KOBUKRISTU

Ilungelo Lethu Lokwakha Nokunakekela Izindawo Zokukhulekela Kweqiniso

Singalubonisa kanjani uthando nentshiseko yethu ngenkonzo engcwele ezindaweni zethu zokukhulekela?

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

UJehova Uyakwazisa Ukuphenduka Ngobuqotho

Ukuphenduka okuqotho kweNkosi uManase kwaba nemiphumela emihle. Qhathanisa ukubusa kwakhe ngaphambi kokuthunjwa nangemva kokudedelwa kwakhe eBhabhiloni. (2 IziKronike 33-36)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

UJehova Uyazigcina Izithembiso Zakhe

Ishadi lezikhathi zezenzakalo eziku-Ezra 1-5. Naphezu kwezihibe, amaJuda ayabuya eBhabhiloni, avuselela ukukhulekela kweqiniso futhi akhe ithempeli kabusha.

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

UJehova Ufuna Izinceku Ezinomoya Ovumayo

U-Ezra nayehamba nabo ukuya eJerusalema babedinga ukholo oluqinile, intshiseko ngokukhulekela kweqiniso nesibindi. Sebenzisa umdwebo ukuze ubabone ngeso lengqondo besohambweni.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Ukuthuthukisa Amakhono Ethu Enkonzweni—Ukubeka Isisekelo Sempindelo

Izinyathelo ezintathu zokwenza izimpindelo eziphumelelayo kulabo ababonise isithakazelo emaqinisweni eBhayibheli.