Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

Khetha ulimi IsiZulu

February 29–March 6

ESTERI 1-5

February 29–March 6
  • INgoma 86 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • U-Esteri Wamela Abantu BakaNkulunkulu”: (10 imiz.)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Est 2:15—U-Esteri wasibonisa kanjani isizotha nokuzithiba? (w06 3/1 9 ¶7)

    • Est 3:2-4—Yini okungenzeka yenza uMoridekayi wenqaba ukukhothamela uHamani? (ia 131 ¶18)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?

    • Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: Est 1:1-15 (4 imiz. noma ngaphansi)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Hambisa incwajana ethi Lalela UNkulunkulu Uphile Phakade. Beka isisekelo sempindelo.

  • Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) Makube nomboniso wendlela yokwenza impindelo kumuntu owamukele incwajana ethi Lalela UNkulunkulu Uphile Phakade bese nixoxa ngamakhasi 2-3. Beka isisekelo sempindelo elandelayo.

  • Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) Makube nomboniso wendlela yokuqhuba isifundo seBhayibheli kusetshenziswa amakhasi 4-5 encwajana ethi Lalela UNkulunkulu Uphile Phakade lapho umninikhaya eyithathile ekuhambeleni kokuqala. (km  7/12 6 ¶4)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU