Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

 AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | NEHEMIYA 12-13

Izifundo Ezisebenzisekayo Esizithola KuNehemiya

Izifundo Ezisebenzisekayo Esizithola KuNehemiya

UNehemiya walwela ukukhulekela kweqiniso ngentshiseko

13:4-9, 15-21, 23-27

  • UMpristi Ophakeme u-Eliyashibi wavumela ukuthonywa uThobiya, umuntu ongakholwa nomphikisi

  • U-Eliyashibi wanikeza uThobiya indawo ehholo lokudlela

  • UNehemiya wazikhiphela ngaphandle zonke izimpahla zikaThobiya, wahlanza indlu futhi wayibuyisela emsebenzini wayo ofanele

  • UNehemiya waqhubeka esusa konke ukungcola eJerusalema