Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

 AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | MARKU 1-2

“Izono Zakho Zithethelelwe”

“Izono Zakho Zithethelelwe”

2:5-12

Yini esiyifundayo kulesi simangaliso?

  • Ukugula kuhlotshaniswa nesono esasizuza ku-Adamu

  • UJesu unegunya lokuthethelela izono nokwelapha abagulayo

  • Lapho sekubusa uMbuso kaNkulunkulu, uJesu uzoqeda isono nokugula kuze kube phakade

UMarku 2:5-12 ungangisiza kanjani ukuba ngikhuthazele lapho ngigula?