Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Disemba 3-​9

IZENZO 9-11

Disemba 3-​9
  • INgoma 115 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • Umshushisi Ononya Uba Ufakazi Oshisekayo”: (10 imiz.)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • IzE 9:4—Kungani uJesu abuza uSawulu ukuthi: “Ungishushiselani na?” (bt 60-61 ¶5-6)

    • IzE 10:6—Kungani kuphawuleka ukuthi umphostoli uPetru wahlala emzini womshuki? (iphuzu lokucwaninga elithi “uSimoni . . ., umshuki,” elikuyizE 10:6, kuyi-nwtsty-E)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?

    • Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) IzE 9:10-22

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ividiyo Ebonisa Lapho Nixoxa Okokuqala: (4 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.

  • Lapho Ubuyela Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho.

  • Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) jl isifundo 6

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 58

  • Izidingo Zebandla: (8 imiz.)

  • Okufezwa Inhlangano: (7 imiz.) Dlala ividiyo kaDisemba ethi Okufezwa Inhlangano.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lv isahl. 17 ¶1-10

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 59 Nomthandazo