Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Ibandla lilalela isinqumo esenziwe indikimba ebusayo

 AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | IZENZO 15-16

Kwenziwa Isinqumo Ngazwi-linye Esasisekelwe Ezwini LikaNkulunkulu

Kwenziwa Isinqumo Ngazwi-linye Esasisekelwe Ezwini LikaNkulunkulu

Singafundani endleleni le nkinga eyasingathwa ngayo?

15:1, 2—Yiba othobekile futhi ubekezele. Kunokuba uPawulu noBarnaba baxazulule le nkinga ngokwabo, bafuna isiqondiso enhlanganweni kaJehova.

15:28, 29—Yethembe inhlangano kaNkulunkulu. Ibandla laliqiniseka ngokuthi uJehova wayezoziqondisa izinto esebenzisa umoya wakhe ongcwele noJesu Kristu.

16:4, 5—Lalela. Amabandla ayeqhubeka nokwanda lapho elalela isiqondiso sendikimba ebusayo.