Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

Khetha ulimi IsiZulu

Izintshumayelo Ezisikiselwe

Izintshumayelo Ezisikiselwe

PHAPHAMA!

Umbuzo: Usengalungiseka yini umhlaba?

UmBhalo: Jer 10:23

Okuzohanjiswa: Lo magazini uchaza ukuthi kungani izigidi zabantu zikholelwa ukuthi kuzoba nekusasa eliqhakazile.

PHAPHAMA!

Umbuzo: Ingabe uNkulunkulu unalo yini igama?

UmBhalo: IHu 83:18

Okuzohanjiswa: Lesi sihloko sisitshela incazelo yegama likaNkulunkulu nokuthi kungani kufanele silisebenzise. [Vula isihloko esithi “Umbono WeBhayibheli— Igama LikaNkulunkulu.”]

FUNDISA IQINISO

Umbuzo: Ingabe siyoke siqedwe yini lesi sitha esiwukufa?

UmBhalo: 1Ko 15:26

Iqiniso: UJehova uzokuqeda ukufa kungaphinde kube khona.

ZENZELE EYAKHO INTSHUMAYELO

Sebenzisa indlela okuhlelwe ngayo izibonelo ezandulele ukuze uzakhele eyakho intshumayelo yenkonzo yasensimini.