Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

INcwajana YoMhlangano Wokuphila Nenkonzo  |  Disemba 2017

Disemba 4-​10

ZEFANIYA 1–HAGAYI 2

Disemba 4-​10
  • INgoma 151 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • Funani UJehova Ngaphambi Kosuku Lwentukuthelo Yakhe”: (10 imiz.)

    • [Dlala ividiyo ethi Isethulo SikaZefaniya.]

    • Zef 2:2, 3—Funani uJehova, funani ukulunga, funani ubumnene (w01 2/15 18-19 ¶5-7)

    • [Dlala ividiyo ethi Isethulo SikaHagayi.]

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Zef 1:8—Isiphi isixwayiso esisithola kuleli vesi? (w07 11/15 11 ¶3)

    • Hag 2:9—Inkazimulo yethempeli likaZerubhabhele inkulu kunethempeli likaSolomoni ngaziphi izindlela? (w07 12/1 9 ¶2)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?

    • Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Hag 2:1-14

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Lungiselela Izintshumayelo Zale Nyanga: (15 imiz.) Ingxoxo esekelwe kwesithi “Izintshumayelo Ezisikiselwe.” Dlala ividiyo ngayinye yentshumayelo, bese nixoxa ngokuvelele kuyo. Khuthaza abamemezeli ukuba bayisakaze kabanzi i-Phaphama! No. 6 2017. Noma kunjalo, ngenxa yokuthi sifisa ukuxoxa nabantu ngokuqondile, akumelwe siwushiye lo magazine uma kungekho muntu ekhaya.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 30

  • Izidingo Zebandla: (5 imiz.)

  • Ulimi Oluhlanzekile Lwenza Kube Nokuthula Nobunye (Zef 3:9): (10 imiz.) Ingxoxo esekelwe kuyi-Nqabayokulinda ka-Agasti 15, 2012, ikhasi 12, isigaba 4. Dlala ividiyo ethi Babeyizitha, Baphenduka Abangane.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) kr isahl. 22 ¶8-16

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 136 Nomthandazo