Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

INcwajana YoMhlangano Wokuphila Nenkonzo  |  December 2016

December 12-18

ISAYA 6-10

December 12-18
  • INgoma 116 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • Isiprofetho SikaMesiya Esagcwaliseka”: (10 imiz.)

    • Isaya 9:1, 2​—Inkonzo yakhe yasobala eGalile yayibikezelwe (w11 8/15 10 ¶13; ip-1 124-126 ¶13-17)

    • Isaya 9:6​—Wayezoba nezindima ezihlukahlukene (w14 2/15 12 ¶18; w07 5/15 6)

    • Isaya 9:7—Ukubusa kwakhe kuzoletha ukuthula kwangempela nobulungisa (ip-1 132 ¶28-29)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Isaya 7:3, 4​—Kungani uJehova asindisa inkosi embi u-Ahazi? (w06 12/1 9 ¶4)

    • Isaya 8:1-4​—Sagcwaliseka kanjani lesi siprofetho? (it-1-E 1219; ip-1 111-112 ¶23-24)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?

    • Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Isaya 7:1-17

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) isembozo se-g16.6

  • Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) isembozo se-g16.6

  • Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) lv 34 ¶18—Bonisa indlela yokufinyelela inhliziyo.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU