Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

Khetha ulimi IsiZulu

 AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | AMAHUBO 92-101

Ukuchuma Ngokomoya Ebumpungeni

Ukuchuma Ngokomoya Ebumpungeni

92:12

Isundu lingaphila iminyaka engaphezu kweyikhulu kodwa liqhubeke lithela

Asebekhulile bathela izithelo ezingokomoya ngokuba . . .

92:13-15

  • bathandazele abanye

  • batadishe iBhayibheli

  • babe khona emihlanganweni yebandla futhi bahlanganyele kuyo

  • baxoxe nabanye ngalokho abaye babhekana nakho

  • bashumayele ngenhliziyo yabo yonke