• INgoma 2 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • Mbongeni UJehova”: (10 imiz.)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • IHu 109:8—Ingabe uNkulunkulu wakuhlela kusengaphambili ukuba uJuda akhaphele uJesu ukuze kugcwaliseke isiprofetho? (w00 12/15 24 ¶20; it-1 857-858)

    • IHu 109:31—Kungayiphi indlela uJehova ‘engasesandleni sokunene sompofu’? (w06 9/1 14 ¶8)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?

    • Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) IHu 106:1-22

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) ll 6—Beka isisekelo sempindelo.

  • Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) ll 7—Beka isisekelo sempindelo elandelayo.

  • Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) bh 178-179 ¶14-16—Siza umfundi ukuba abone indlela angakusebenzisa ngayo akufundile.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU