Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

August 1-7

AMAHUBO 87-91

August 1-7
  • INgoma 49 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • Hlala Endaweni Esithekile YoPhezukonke”: (10 imiz.)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • IHu 89:34-37—Yisiphi isivumelwano la mavesi abhekisela kuso, futhi uJehova wakufanekisela kanjani ukuthembeka kwaso? (w14 10/15 10 ¶14; w07 7/15 32 ¶3-4)

    • IHu 90:10, 12—“Singazibala kanjani izinsuku zethu” ukuze sizuze “inhliziyo enokuhlakanipha”? (w06 7/15 13 ¶4; w01 11/15 13 ¶19)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?

    • Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) IHu 90:1-17

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Lungiselela Izintshumayelo Zale Nyanga: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala i-video ngayinye yentshumayelo esikiselwe, bese nixoxa ngokuvelele kuyo. Khuthaza abamemezeli ukuba bazakhele eyabo intshumayelo.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU