Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

Khetha ulimi IsiZulu

Bashumayela nge-intercom eVienna, e-Austria

INCWAJANA YOMHLANGANO WOKUPHILA NENKONZO August 2016

Izintshumayelo Ezisikiselwe

Amacebiso okuhambisa i-Phaphama! nencwajana ethi Lalela UNkulunkulu Uphile Phakade. Sebenzisa lezi zibonelo ukuze uzakhele ezakho izintshumayelo.

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

Hlala Endaweni Esithekile YoPhezukonke

Iyini ‘indawo esithekile’ kaJehova futhi isivikela kanjani? (IHubo 91)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Ukuthuthukisa Amakhono Ethu Enkonzweni—Ukusiza Esifunda Nabo IBhayibheli Ukuba Bathuthukele Ekuzinikezeleni NasoBhapathizweni

Kungani le migomo engokomoya ibaluleke kangaka? Yini ongayenza ukuze usize obafundela iBhayibheli ukuba bayifinyelele?

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

Ukuchuma Ngokomoya Ebumpungeni

Amavesi ehubo 92 agcizelela ukuthi asebekhulile basangachuma futhi bathele ngokomoya.

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

UJehova Uyakhumbula Ukuthi Siluthuli

Encwadini yeHubo 103, uDavide wasebenzisa inkulumo engokomfanekiso ukuze achaze ubukhulu besihe sikaJehova.

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

“Mbongeni UJehova”

amavesi eHubo 106 angakusiza uhlakulele futhi ulondoloze umuzwa wokumbonga uJehova.

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

“Ngizombuyisela Ngani UJehova?”

Umhubi wayezimisele kanjani ukubonisa ukubonga kuJehova? (IHubo 116)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Fundisa Iqiniso

Hlanganyela nabanye amaqiniso alula eBhayibheli usebenzisa le ntshumayelo entsha.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Umkhankaso Okhethekile Wokuhambisa INqabayokulinda Ngo-September

INqabayokulinda iyokhuluma ngenduduzo nendlela uNkulunkulu ayinikeza ngayo.