Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

Khetha ulimi IsiZulu

 AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | JEREMIYA 22-24

Ingabe ‘Unenhliziyo Yokwazi’ UJehova?

Ingabe ‘Unenhliziyo Yokwazi’ UJehova?

UJehova wafanisa abantu namakhiwane

24:5

  • Abathembekile kumaJuda ayedingiselwe eBhabhiloni babenjengamakhiwane amahle

24:8

  • Inkosi engathembekile uZedekiya nabanye ababenza okubi babenjengamakhiwane amabi

Singayihlakulela kanjani ‘inhliziyo yokwazi’ uJehova?

24:7

  • UJehova uyosinika ‘inhliziyo yokumazi’ uma sitadisha futhi sisebenzisa iZwi lakhe

  • Kumelwe sihlole inhliziyo yethu ngobuqotho, sisiphule izimo zengqondo nezifiso ezilimaza ubuhlobo bethu noJehova

Cabanga: Nginayo yini mina ‘inhliziyo yokwazi’ uJehova? Ngingayihlakulela kanjani?