• INgoma 50 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • Umngane Weqiniso Unikeza Iseluleko Esakhayo”: (10 imiz.)

    • Jobe 33:1-5—U-Elihu wamhlonipha uJobe (w95 2/15 29 ¶3-5)

    • Jobe 33:6, 7—U-Elihu wayethobekile futhi enomusa (w95 2/15 29 ¶3-5)

    • Jobe 33:24, 25—U-Elihu wamkhuthaza uJobe ngisho nalapho emeluleka (w11 4/1 23 ¶3; w09 4/15 4 ¶8)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Jobe 33:24, 25—Kungenzeka kwakuyisiphi “isihlengo” u-Elihu ayekhuluma ngaso? (w11 4/1 23 ¶3-5)

    • Jobe 34:36—UJobe wavivinywa kwaze kwafinyelela kuliphi izinga, futhi lokho kusifundisani? (w94 11/15 17 ¶10)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?

    • Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: Jobe 33:1-25 (4 imiz. noma ngaphansi)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ekuhambeleni Kokuqala: Hambisa isimemo somhlangano wesifunda ka-2016 usebenzisa intshumayelo esikiselwe. (2 imiz. noma ngaphansi)

  • Empindelweni: fg isifundo 12 ¶4-5—Makube nomboniso wendlela yokwenza impindelo kumuntu owamukele isimemo somhlangano. Beka isisekelo sempindelo elandelayo. (4 imiz. noma ngaphansi)

  • Esifundweni SeBhayibheli: jl isifundo 11—Khuthaza umfundi ukuba abe khona emhlanganweni wesifunda ozayo. (6 imiz. noma ngaphansi)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 124

  • Izikhumbuzo ZoMhlangano Wesifunda”: (8 imiz.) Inkulumo. Dlala i-video ethi Izikhumbuzo ZoMhlangano Wesifunda (Ngena ku-tv.jw.org/zu, kwesithi I-VIDEO ETHANDWAYO > IMISEBENZI YETHU.) Bakhuthaze bonke ukuba benze amalungiselelo okugcina okuba khona zontathu izinsuku. Chaza ngamalungiselelo ebandla omkhankaso wokuhambisa isimemo.

  • Izidingo zebandla: (7 imiz.)

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: ia isahl. 14 ¶1-13 (30 imiz.)

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 21 Nomthandazo