Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

Khetha ulimi IsiZulu

April 18-24

JOBE 28-32

April 18-24
  • INgoma 17 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • UJobe Wayeyisibonelo Sobuqotho”: (10 imiz.)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Jobe 32:2—Kungayiphi indlela uJobe azama ‘ukuthi ulungile kunoNkulunkulu’? (w15 7/1 12 ¶2; it-1-E 606 ¶5)

    • Jobe 32:8, 9—Kungani u-Elihu aba nomuzwa wokuthi angakhuluma nakuba ayemncane kunababemlalele? (w06 3/15 16 ¶1; it-2-E 549 ¶6)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?

    • Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: Jobe 30:24–31:14 (4 imiz. noma ngaphansi)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ekuhambeleni Kokuqala: g16.2 12-13—Beka isisekelo sempindelo. (2 imiz. noma ngaphansi)

  • Empindelweni: g16.2 12-13—Beka isisekelo sempindelo elandelayo. (4 imiz. noma ngaphansi)

  • Esifundweni SeBhayibheli: bh 148 ¶8-9 (6 imiz. noma ngaphansi)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 115

  • Funda Ebuqothweni Babanye (1Pet 5:9): (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala i-video ethi UHarold King: Ukuhlala Uthembekile Ejele. (Ngena ku-tv.jw.org, bese ubheka ngaphansi kwesithi I-VIDEO ETHANDWAYO > IZINGXOXO.) Ngemva kwalokho, xoxani ngemibuzo elandelayo: UMfoweth’ uKing walilondoloza kanjani ingokomoya lakhe ngesikhathi esejele? Ukucula izingoma zoMbuso kungasisiza kanjani ukuba sibekezelele izimo ezinzima ekuphileni? Isibonelo sikaMfoweth’ uKing sokwethembeka sikushukumisela ukuba wenzeni?

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: ia isahl. 13 ¶13-25, nokubukezwa kwesahluko. 114 (30 imiz.)

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 81 Nomthandazo