Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

INcwajana YoMhlangano Wokuphila Nenkonzo  |  Agasti 2017

Agasti 28–​Septhemba 3

HEZEKELI 39-41

Agasti 28–​Septhemba 3
  • INgoma 107 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • Lokho Ongakufunda Embonweni Wethempeli KaHezekeli”: (10 imiz.)

    • Hez 40:2—Ukukhonza uJehova kuphakeme kakhulu ukwedlula ukukhonza noma ubani omunye (w99 3/1 11 ¶16)

    • Hez 40:3, 5—Ngokuqinisekile, uJehova uzokufeza lokho ayekuhlosile mayelana nendlela yokumkhonza ehlanzekile (w07 8/1 10 ¶2)

    • Hez 40:10, 14, 16—Kumelwe siphile ngendlela ehambisana nemithetho kaJehova ephakeme nelungile ukuze ayamukele inkonzo yethu (w07 8/1 11 ¶5)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Hez 39:7—Abantu balingcolisa kanjani igama likaNkulunkulu lapho besola yena ngokungalungi okukhona emhlabeni? (w12 9/1 21 ¶2)

    • Hez 39:9—Ngemva kwe-Armagedoni, kuzokwenziwani ngezikhali zempi ezizobe zishiywe izizwe? (w89 8/15 14 ¶20)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?

    • Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Hez 40:32-47

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU