Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

INcwajana YoMhlangano Wokuphila Nenkonzo  |  Agasti 2017

 AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | HEZEKELI 32-34

Umsebenzi Onzima Womlindi

Umsebenzi Onzima Womlindi

Abalindi babevame ukuma ezindongeni nasezinqabeni zomuzi ukuze baxwayise ngengozi ezayo. UJehova wamisa uHezekeli ukuba abe ‘umlindi’ ongokomfanekiso “endlini ka-Israyeli.”

  • 33:7

    UHezekeli waxwayisa u-Israyeli ukuthi wayezobhujiswa uma ayengaphenduki ezindleleni zakhe ezimbi

    Imuphi umyalezo ovela kuJehova esiwumemezelayo namuhla?

  • 33:9, 14-16

    Ngokumemezela isixwayiso, uHezekeli wayengazisindisa, asindise nabanye

    Yini okufanele isikhuthaze ukuba simemezele umyalezo ophuthumayo uJehova asiphathise wona?