Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

UZakariya

Izahluko

1 2 3 4 5 6 7 8 9 10 11 12 13 14

Okuphakathi

  • 1

    • Umyalo wokuba kubuyelwe kuJehova (1-6)

      • ‘Buyelani kimi nami ngizobuyela kini’ (3)

    • Umbono 1: Abagibeli bamahhashi phakathi kwezihlahla zombomvana (7-17)

      • “UJehova uzophinde aliduduze iZiyoni” (17)

    • Umbono 2: Izimpondo ezine nezingcweti ezine (18-21)

  • 2

    • Umbono 3: Indoda ephethe intambo yokukala (1-13)

      • IJerusalema lizokalwa (2)

      • UJehova, “udonga lomlilo nxazonke” (5)

      • Ukuthinta inhlamvu yeso likaNkulunkulu (8)

      • Izizwe eziningi ziyozihlanganisa noJehova (11)

  • 3

    • Umbono 4: Izingubo zompristi ophakeme ziyashintshwa (1-10)

      • USathane umelana noMpristi Ophakeme uJoshuwa (1)

      •  ‘Ngizoletha inceku yami ebizwa ngokuthi uHlumela!’ (8)

  • 4

    • Umbono 5: Uthi lwesibani nezihlahla ezimbili zomnqumo (1-14)

      • ‘Ngeke kube ngamandla kodwa kuyoba ngomoya wami’ (6)

      • Ungaludeleli usuku lwesiqalo esincane (10)

  • 5

    • Umbono 6: Umqulu ondizayo (1-4)

    • Umbono 7: Isitsha esiyi-efa (5-11)

      • Owesifazane ophakathi obizwa ngokuthi ukuKhohlakala (8)

      • Isitsha siyiswa eShinari (9-11)

  • 6

    • Umbono 8: Izinqola ezine (1-8)

    • IHlumela lizoba yinkosi nompristi (9-15)

  • 7

    • UJehova ugxeka ukuzila ukudla okungasuki enhliziyweni (1-14)

      • “Ingabe ngempela nanizilela mina ukudla?” (5)

      • ‘Bonisanani ubulungisa, uthando oluqotho nesihe’ (9)

  • 8

    • UJehova unika iZiyoni ukuthula neqiniso (1-23)

      • IJerusalema, “idolobha leqiniso” (3)

      • “Khulumani iqiniso komunye nomunye” (16)

      • Idili ngemva kokuzila ukudla (18, 19)

      • ‘Masimfune ngobuqotho uJehova’ (21)

      • Amadoda ayishumi abamba ingubo yomJuda (23)

  • 9

    • Isahlulelo sikaNkulunkulu ezizweni ezingomakhelwane (1-8)

    • Ukuza kwenkosi yaseZiyoni (9, 10)

      • Inkosi ethobekile igibele imbongolo (9)

    • Abantu bakaJehova bazokhululwa (11-17)

  • 10

    • Celani imvula kuJehova hhayi konkulunkulu bamanga (1, 2)

    • UJehova uhlanganisa abantu bakhe (3-12)

      • Indoda eyinhloko evela endlini kaJuda (3, 4)

  • 11

    • Imiphumela yokulahla umalusi kaNkulunkulu weqiniso (1-17)

      • “Yalusa umhlambi ohloselwe ukuhlatshwa” (4)

      • Izindondolo ezimbili: UbuMnandi nokuHlangana (7)

      • Inkokhelo yomalusi: Izinhlamvu zesiliva ezingu-30 (12)

      • Kuphonswa imali endaweni yokugcina ingcebo (13)

  • 12

    • UJehova uzolwela uJuda neJerusalema (1-9)

      • IJerusalema, “yitshe elisindayo” (3)

    • Ukulilela ogwaziwe (10-14)

  • 13

    • Ukuqedwa kwezithixo nabaprofethi bamanga (1-6)

      • Abaprofethi bamanga bazoba namahloni (4-6)

    • Umalusi uzoshaywa (7-9)

      • Ingxenye yesithathu izocwengwa (9)

  • 14

    • Ukunqoba okuphelele kokukhulekela kweqiniso (1-21)

      • INtaba Yeminqumo izohlukana phakathi (4)

      • UJehova uzoba munye negama lakhe libe linye (9)

      • Isishayo sizoshaya abaphikisi beJerusalema (12-15)

      • Ukugujwa koMkhosi Wamadokodo (16-19)

      • Wonke amabhodwe azoba ngcwele kuJehova (20, 21)