Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

NgokukaMarku

Izahluko

1 2 3 4 5 6 7 8 9 10 11 12 13 14 15 16

Okuphakathi

  • 1

    • UJohane uMbhapathizi uyashumayela (1-8)

    • Ubhapathizo lukaJesu (9-11)

    • UJesu ulingwa uSathane (12, 13)

    • UJesu uqala ukushumayela eGalile (14, 15)

    • Kubizwa abafundi bokuqala (16-20)

    • Kuxoshwa umoya omubi (21-28)

    • UJesu welapha abaningi eKapernawume (29-34)

    • Uthandaza endaweni engenabantu (35-39)

    • Kwelashwa onochoko (40-45)

  • 2

    • UJesu welapha okhubazekile (1-12)

    • UJesu ubiza uLevi (13-17)

    • Umbuzo ngokuzila ukudla (18-22)

    • UJesu, ‘iNkosi yeSabatha’ (23-28)

  • 3

    • Kwelashwa umuntu onesandla esishwabene (1-6)

    • Uquqaba lwabantu ogwini lolwandle (7-12)

    • Abaphostoli abangu-12 (13-19)

    • Ukuhlanjalazwa komoya ongcwele (20-30)

    • Umama kaJesu nabafowabo (31-35)

  • 4

    • IMIFANEKISO YOMBUSO (1-34)

      • Umhlwanyeli (1-9)

      • Okwenza uJesu wasebenzisa imifanekiso (10-12)

      • Kuchazwa umfanekiso womhlwanyeli (13-20)

      • Isibani asibekwa phansi kukabhasikidi (21-23)

      • Isikali enisisebenzisayo (24, 25)

      • Umhlwanyeli olalayo (26-29)

      • Uhlamvu lwesinaphi (30-32)

      • Ukusetshenziswa kwemifanekiso (33, 34)

    • UJesu uthulisa isiphepho (35-41)

  • 5

    • UJesu uthumela amademoni ezingulubeni (1-20)

    • Indodakazi kaJayiru; owesifazane uthinta izingubo zikaJesu zangaphandle (21-43)

  • 6

    • UJesu akamukelwa endaweni yangakubo (1-6)

    • Abangu-12 bathola iziyalezo zenkonzo (7-13)

    • Ukufa kukaJohane uMbhapathizi (14-29)

    • UJesu wondla abangu-5 000 (30-44)

    • UJesu uhamba phezu kwamanzi (45-52)

    • Kwelashwa abantu eGenesaretha (53-56)

  • 7

    • Kudalulwa amasiko abantu (1-13)

    • Ukungcola kuvela enhliziyweni (14-23)

    • Ukholo lowesifazane ongumSirofenike (24-30)

    • Kwelashwa umuntu oyisithulu (31-37)

  •   8

    • UJesu wondla abangu-4 000 (1-9)

    • Bacela isibonakaliso (10-13)

    • Imvubelo yabaFarisi nekaHerode (14-21)

    • Kwelashwa impumputhe eBhetsayida (22-26)

    • UPetru uchaza uKristu (27-30)

    • Kubikezelwa ukufa kukaJesu (31-33)

    • Ukuba umfundi weqiniso (34-38)

  • 9

    • Ukuguqulwa isimo kukaJesu (1-13)

    • Kwelashwa umfana onamademoni (14-29)

      • Zonke izinto zingenzeka kumuntu onokholo (23)

    • Kuphinde kubikezelwa ukufa kukaJesu (30-32)

    • Abafundi baphikisana ngokuthi ubani omkhulu (33-37)

    • Noma ubani ongamelene nathi ungakithi (38-41)

    • Izikhubekiso (42-48)

    • “Yibani nosawoti kini ngokwenu” (49, 50)

  • 10

    • Umshado nedivosi (1-12)

    • UJesu ubusisa abantwana (13-16)

    • Umbuzo wesicebi (17-25)

    • Ukuzidela ngenxa yoMbuso (26-31)

    • Kuphinde kubikezelwa ukufa kukaJesu (32-34)

    • Isicelo sikaJakobe noJohane (35-45)

      • UJesu uwumhlatshelo wabaningi (45)

    • Kwelashwa uBartimewu oyimpumputhe (46-52)

  • 11

    • UJesu ungena ngokunqoba (1-11)

    • Isihlahla somkhiwane siyaqalekiswa (12-14)

    • UJesu uhlanza ithempeli (15-18)

    • Isifundo esitholakala esihlahleni somkhiwane esibunile (19-26)

    • Igunya likaJesu libekelwa inselele (27-33)

  • 12

    • Umfanekiso wabalimi ababulalayo (1-12)

    • UNkulunkulu noKhesari (13-17)

    • Umbuzo mayelana novuko (18-27)

    • Imiyalo emibili emikhulu kunayo yonke (28-34)

    • Ingabe uKristu uyindodana kaDavide? (35-37a)

    • Isixwayiso ngababhali (37b-40)

    • Izinhlamvu zemali ezimbili zomfelokazi ohluphekayo (41-44)

  • 13

    • ISIPHELO SALELI ZWE (1-37)

      • Izimpi, ukuzamazama komhlaba, ukuntuleka kokudla (8)

      • Izindaba ezinhle kumelwe zishunyayelwe (10)

      • Usizi olukhulu (19)

      • Ukuza kweNdodana yomuntu (26)

      • Umfanekiso wesihlahla somkhiwane (28-31)

      • Hlalani nilindile (32-37)

  • 14

    • Abapristi benza iqhinga lokubulala uJesu (1, 2)

    • UJesu uthelwa ngamafutha anamakha (3-9)

    • UJuda unikela ngoJesu (10, 11)

    • IPhasika lokugcina (12-21)

    • Kusungulwa iSidlo SeNkosi Sakusihlwa (22-26)

    • Ukuphika kukaPetru uJesu kuyabikezelwa (27-31)

    • UJesu uthandaza eGetsemane (32-42)

    • UJesu uyaboshwa (43-52)

    • Kuqulwa icala phambi kweSanhedrini (53-65)

    • UPetru uphika uJesu (66-72)

  • 15

    • UJesu phambi kukaPilatu (1-15)

    • Wenziwa inhlekisa phambi kwabantu (16-20)

    • Ubethelwa esigxotsheni eGolgotha (21-32)

    • Ukufa kukaJesu (33-41)

    • Ukungcwatshwa kukaJesu (42-47)

  • 16

    • UJesu uvusiwe (1-8)