Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

NgokukaLuka

Izahluko

Okuphakathi

  • 1

    • Incwadi eya kuTheyofilu (1-4)

    • Ukuzalwa kukaJohane uMbhapathizi kubikezelwa uGabriyeli (5-25)

    • Ukuzalwa kukaJesu kubikezelwa uGabriyeli (26-38)

    • UMariya uvakashela u-Elizabethe (39-45)

    • UMariya udumisa uJehova (46-56)

    • Ukuzalwa nokuqanjwa igama kukaJohane (57-66)

    • Isiprofetho sikaZakariya (67-80)

  • 2

    • Ukuzalwa kukaJesu (1-7)

    • Izingelosi zibonakala kubelusi (8-20)

    • Ukusokwa nokuhlanzwa (21-24)

    • USimeyoni ubona uKristu (25-35)

    • U-Ana ukhuluma ngomntwana (36-38)

    • Baphindela eNazaretha (39, 40)

    • UJesu oneminyaka engu-12 usethempelini (41-52)

  • 3

    • Isiqalo somsebenzi kaJohane (1, 2)

    • UJohane ushumayela ngobhapathizo (3-20)

    • Ubhapathizo lukaJesu (21, 22)

    • Uhlu lozalo lukaJesu Kristu (23-38)

  • 4

    • UDeveli ulinga uJesu (1-13)

    • UJesu uqala ukushumayela eGalile (14, 15)

    • UJesu akemukelwa eNazaretha (16-30)

    • Esinagogeni eKapernawume (31-37)

    • Kwelashwa umkhwekazi kaSimoni nabanye (38-41)

    • Izixuku zithola uJesu endaweni engenabantu (42-44)

  • 5

    • Kubanjwa izinhlanzi ngokuyisimangaliso; abafundi bokuqala (1-11)

    • Kwelashwa onochoko (12-16)

    • UJesu welapha okhubazekile (17-26)

    • UJesu ubiza uLevi (27-32)

    • Umbuzo mayelana nokuzila ukudla (33-39)

  •   6

    • UJesu, “iNkosi yeSabatha” (1-5)

    • Kwelashwa umuntu onesandla esishwabene (6-11)

    • Abaphostoli abangu-12 (12-16)

    • UJesu uyafundisa elaphe (17-19)

    • Ukujabula nomaye (20-26)

    • Ukuthanda izitha (27-36)

    • Yekani ukwahlulela (37-42)

    • Saziwa ngesithelo saso (43-45)

    • Indlu eyakhiwe kahle; indlu engenaso isisekelo esiqinile (46-49)

  • 7

    • Ukholo lwesikhulu sebutho (1-10)

    • UJesu uvusa indodana yomfelokazi eNayini (11-17)

    • Kudunyiswa uJohane uMbhapathizi (18-30)

    • Isizukulwane esingalaleli siyalahlwa (31-35)

    • Owesifazane oyisoni uyathethelelwa (36-50)

      • Umfanekiso wabantu abakweletayo (41-43)

  • 8

    • Abesifazane abahamba noJesu (1-3)

    • Umfanekiso womhlwanyeli (4-8)

    • Okwenza uJesu wasebenzisa imifanekiso (9, 10)

    • Kuchazwa umfanekiso womhlwanyeli (11-15)

    • Isibani akufanele simbozwe (16-18)

    • Unina kaJesu nabafowabo (19-21)

    • UJesu uthulisa isiphepho (22-25)

    • UJesu uthumela amademoni ezingulubeni (26-39)

    • Indodakazi kaJayiru; owesifazane uthinta ingubo kaJesu yangaphandle (40-56)

  • 9

    • Abangu-12 bathola iziyalezo zokwenza inkonzo (1-6)

    • UHerode uyadideka ngenxa kaJesu (7-9)

    • UJesu upha abangu-5 000 ukudla (10-17)

    • UPetru utshela uJesu ukuthi unguKristu (18-20)

    • Kubikezelwa ukufa kukaJesu (21, 22)

    • Abafundi beqiniso (23-27)

    • Ukushintshwa isimo kukaJesu (28-36)

    • Kwelashwa umfana onedemoni (37-43a)

    • Ukufa kukaJesu kuyabikezelwa futhi (43b-45)

    • Abafundi baphikisana ngokuthi ubani omkhulu (46-48)

    • Noma ubani ongamelene nathi ungakithi (49, 50)

    • Umuzi wamaSamariya ulahla uJesu (51-56)

    • Indlela yokulandela uJesu (57-62)

  • 10

    • UJesu uthuma abangu-70 (1-12)

    • Maye emadolobheni angaphenduki (13-16)

    • Abangu-70 bayabuya (17-20)

    • UJesu udumisa uYise ngokubabonisa umusa abathobekile (21-24)

    • Umfanekiso kamakhelwane ongumSamariya (25-37)

    • UJesu uvakashela uMarta noMariya (38-42)

  • 11

    • Indlela yokuthandaza (1-13)

      • Umthandazo oyisibonelo (2-4)

    • Amademoni axoshwa ngomunwe kaNkulunkulu (14-23)

    • Umoya omubi uyabuya (24-26)

    • Injabulo yangempela (27, 28)

    • Isibonakaliso sikaJona (29-32)

    • Isibani somzimba (33-36)

    • Maye kubazenzisi benkolo (37-54)

  • 12

    • Imvubelo yabaFarisi (1-3)

    • Yesabani uNkulunkulu, hhayi abantu (4-7)

    • Ukuqaphela ukuba munye noKristu (8-12)

    • Umfanekiso wendoda ecebile eyisiwula (13-21)

    • Yekani ukukhathazeka (22-34)

      • Umhlambi omncane (32)

    • Ukuqapha (35-40)

    • Umphathi othembekile nongathembekile (41-48)

    • Hhayi ukuthula, kodwa ukuhlukana (49-53)

    • Isidingo sokuhlola izikhathi (54-56)

    • Ukulungisa izingxabano (57-59)

  • 13

    • Phendukani noma nibhujiswe (1-5)

    • Umfanekiso wesihlahla somkhiwane esingatheli (6-9)

    • Owesifazane olunyonga welashwa ngeSabatha (10-17)

    • Umfanekiso wohlamvu lwesinaphi nemvubelo (18-21)

    • Kudingeka ukuzikhandla ukuze kungenwe ngomnyango omncane (22-30)

    • UHerode, “leyo mpungushe” (31-33)

    • UJesu ukhalela iJerusalema (34, 35)

  •  14

    • Umuntu onesifo sokuvuvuka welashwa ngeSabatha (1-6)

    • Yiba isimenywa esithobekile (7-11)

    • Memani labo abangenakunibuyisela ngalutho (12-14)

    • Umfanekiso wezimenywa ezabeka izaba (15-24)

    • Okudingekayo ukuze ube umfundi (25-33)

    • Usawoti ophelelwa ubusawoti bawo (34, 35)

  • 15

    • Umfanekiso wemvu elahlekile (1-7)

    • Umfanekiso wohlamvu lwemali olulahlekile (8-10)

    • Umfanekiso wendodana yolahleko (11-32)

  • 16

    • Umfanekiso womphathi ongalungile (1-13)

      • “Umuntu othembekile kokuncane kakhulu uthembekile nakokukhulu” (10)

    • UMthetho noMbuso kaNkulunkulu (14-18)

    • Umfanekiso wesicebi noLazaru (19-31)

  • 17

    • Ukukhubeka, ukuthethelela kanye nokholo (1-6)

    • Izinceku ezingelusizo lwalutho (7-10)

    • Kwelashwa abanochoko abayishumi (11-19)

    • Ukuza koMbuso kaNkulunkulu (20-37)

      • UMbuso kaNkulunkulu “uphakathi kwenu” (21)

      • “Khumbulani umkaLoti” (32)

  • 18

    • Umfanekiso womfelokazi ophikelelayo (1-8)

    • UmFarisi nomqoqi wentela (9-14)

    • UJesu nabantwana (15-17)

    • Umbuzo wombusi oyisicebi (18-30)

    • Ukufa kukaJesu kuyabikezelwa futhi (31-34)

    • Isinxibi esiyimpumputhe siyabona futhi (35-43)

  • 19

    • UJesu uvakashela uZakewu (1-10)

    • Umfanekiso womina abayishumi (11-27)

    • Ukungena kukaJesu ngokunqoba (28-40)

    • UJesu ukhalela iJerusalema (41-44)

    • UJesu uhlanza ithempeli (45-48)

  • 20

    • Igunya likaJesu libekelwa inselele (1-8)

    • Umfanekiso wabalimi abangababulali (9-19)

    • UNkulunkulu noKhesari (20-26)

    • Umbuzo mayelana novuko (27-40)

    • Ingabe uKristu uyindodana kaDavide? (41-44)

    • Isixwayiso ngababhali (45-47)

  • 21

    • Izinhlamvu ezimbili zomfelokazi ohluphekayo (1-4)

    • ISIBONAKALISO SOKUZOKWENZEKA (5-36)

      • Izimpi, ukuzamazama komhlaba okukhulu, izifo eziwumshayabhuqe, ukusweleka kokudla (10, 11)

      • IJerusalema lizungezwe amabutho (20)

      • Izikhathi ezimisiwe zezizwe (24)

      • Ukuza kweNdodana yomuntu (27)

      • Umfanekiso wesihlahla somkhiwane (29-33)

      • Hlalani niphapheme (34-36)

    • UJesu ufundisa ethempelini (37, 38)

  • 22

    • Abapristi baceba ukubulala uJesu (1-6)

    • Amalungiselelo ePhasika lokugcina (7-13)

    • Ukusungulwa kweSidlo SeNkosi Sakusihlwa (14-20)

    • ‘Umuntu ozonginikela ukanye nami etafuleni’ (21-23)

    • Impikiswano eshubile ngokuthi ubani omkhulu (24-27)

    • Isivumelwano sikaJesu sombuso (28-30)

    • Ukuphika kukaPetru kuyabikezelwa (31-34)

    • Isidingo sokuma ngomumo; izinkemba ezimbili (35-38)

    • Umthandazo kaJesu eNtabeni Yeminqumo (39-46)

    • UJesu uyaboshwa (47-53)

    • UPetru uphika uJesu (54-62)

    • Kuhlekiswa ngoJesu (63-65)

    • Icala phambi kweSanhedrini (66-71)

  • 23

    • UJesu uphambi kukaPilatu noHerode (1-25)

    • UJesu nezigebengu ezimbili balengiswa ezigxotsheni (26-43)

      • “Uyokuba nami ePharadesi” (43)

    • Ukufa kukaJesu (44-49)

    • Ukungcwatshwa kukaJesu (50-56)

  • 24

    • UJesu uyavuswa (1-12)

    • Endleleni eya e-Emawuse (13-35)

    • UJesu ubonakala kubafundi (36-49)

    • UJesu unyukela ezulwini (50-53)