Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

NgokukaJohane

Izahluko

1 2 3 4 5 6 7 8 9 10 11 12 13 14 15 16 17 18 19 20 21

Okuphakathi

  • 1

    • ULizwi waba yinyama (1-18)

    • Ubufakazi obanikezwa uJohane uMbhapathizi (19-28)

    • UJesu, iWundlu likaNkulunkulu (29-34)

    • Abafundi bakaJesu bokuqala (35-42)

    • UFiliphu noNathanayeli (43-51)

  • 2

    • Umshado waseKhana; amanzi aba yiwayini (1-12)

    • UJesu uhlanza ithempeli (13-22)

    • UJesu uyakwazi okukumuntu (23-25)

  • 3

    • UJesu noNikhodemu (1-21)

      • Ukuzalwa kabusha (3-8)

      • UNkulunkulu walithanda izwe (16)

    • UJohane ufakaza okokugcina ngoJesu (22-30)

    • Ovela phezulu (31-36)

  •   4

    • UJesu nowesifazane waseSamariya (1-38)

      • Khulekela uNkulunkulu “ngomoya nangeqiniso” (23, 24)

    • Abaningi kumaSamariya bayamkholwa uJesu (39-42)

    • UJesu welapha indodana yesikhulu (43-54)

  • 5

    • Umuntu ogulayo uyelashwa eBhethesda (1-18)

    • UJesu unikwe igunya nguYise (19-24)

    • Abafile bayozwa izwi likaJesu (25-30)

    • Ubufakazi ngoJesu (31-47)

  • 6

    • UJesu usuthisa abangu-5 000 (1-15)

    • UJesu uhamba phezu kwamanzi (16-21)

    • UJesu, “isinkwa sokuphila” (22-59)

    • Abaningi bayakhubeka ngenxa yamazwi kaJesu (60-71)

  • 7

    • UJesu eMkhosini WamaTabernakele (1-13)

    • UJesu ufundisa emkhosini (14-24)

    • Imibono ehlukahlukene ngoKristu (25-52)

  • 8

    • UBaba ufakaza ngoJesu (12-30)

      • UJesu, “ukukhanya kwezwe” (12)

    • Abantwana baka-Abrahama (31-41)

      • “Iqiniso liyonikhulula” (32)

    • Abantwana bakaDeveli (42-47)

    • UJesu no-Abrahama (48-59)

  • 9

    • UJesu welapha umuntu owazalwa eyimpumputhe (1-12)

    • AbaFarisi baphenya umuntu owelashiwe ngemibuzo (13-34)

    • AbaFarisi bayizimpumputhe (35-41)

  • 10

    • Umalusi nezibaya (1-21)

      • UJesu ungumalusi omuhle (11-15)

      • “Nginezinye izimvu” (16)

    • AmaJuda ahlangana noJesu eMkhosini Wokunikezela (22-39)

      • AmaJuda amaningi ayenqaba ukukholwa (24-26)

      • “Izimvu zami ziyalilalela izwi lami” (27)

      • INdodana imunye noYise (30, 38)

    • Abaningi ngaphesheya kweJordani bayakholwa (40-42)

  • 11

    • Ukufa kukaLazaru (1-16)

    • UJesu ududuza uMarta noMariya (17-37)

    • UJesu uvusa uLazaru (38-44)

    • Uzungu lokubulala uJesu (45-57)

  • 12

    • UMariya ugcoba izinyawo zikaJesu ngamafutha (1-11)

    • UJesu ungena ngokunqoba (12-19)

    • UJesu ubikezela ngokufa kwakhe (20-37)

    • Ukungabi nakholo kwamaJuda kugcwalisa isiprofetho (38-43)

    • UJesu weza ukuze asindise izwe (44-50)

  • 13

    • UJesu ugeza izinyawo zabafundi bakhe (1-20)

    • UJesu udalula uJuda njengomkhapheli (21-30)

    • Umyalo omusha (31-35)

      • “Uma nithandana” (35)

    • Ukuphika kukaPetru kuyabikezelwa (36-38)

  • 14

    • UJesu, uwukuphela kwendlela yokusondela kuBaba (1-14)

      • “Mina ngiyindlela neqiniso nokuphila” (6)

    • UJesu uthembisa ukunikeza umoya ongcwele (15-31)

      • “UBaba mkhulu kunami” (28)

  • 15

    • Umfanekiso wesihlahla samagilebhisi sangempela (1-10)

    • Umyalo wokubonisa uthando olunjengolukaKristu (11-17)

      • ‘Alukho uthando olukhulu kunalolu’ (13)

    • Izwe liyabazonda abafundi bakaJesu (18-27)

  • 16

    • Abafundi bakaJesu bangase babulawe (1-4a)

    • Umsebenzi womoya ongcwele (4b-16)

    • Usizi lwabafundi luzophenduka injabulo (17-24)

    • UJesu unqoba izwe (25-33)

  • 17

    • Umthandazo kaJesu wokugcina enabaphostoli bakhe (1-26)

      • Ukwazi uNkulunkulu kusho ukuphila okuphakade (3)

      • AmaKristu awayona ingxenye yezwe (14-16)

      • “Izwi lakho liyiqiniso” (17)

      • “Ngibazisile igama lakho” (26)

  • 18

    • UJuda ukhaphela uJesu (1-9)

    • UPetru usebenzisa inkemba (10, 11)

    • UJesu uyiswa ku-Anase (12-14)

    • UPetru uphika okokuqala (15-18)

    • UJesu uphambi kuka-Anase (19-24)

    • UPetru uphika okwesibili nokwesithathu (25-27)

    • UJesu uphambi kukaPilatu (28-40)

      • “UMbuso wami awuyona ingxenye yaleli zwe” (36)

  •  19

    • UJesu uyabhaxabulwa futhi wenziwa inhlekisa (1-7)

    • UPilatu uphinde aphenye uJesu ngemibuzo (8-16a)

    • UJesu ubethelwa esigxotsheni eGolgotha (16b-24)

    • UJesu ulungiselela unina (25-27)

    • Ukufa kukaJesu (28-37)

    • Ukungcwatshwa kukaJesu (38-42)

  • 20

    • Ithuna elingenalutho (1-10)

    • UJesu ubonakala kuMariya Magdalena (11-18)

    • UJesu ubonakala kubafundi bakhe (19-23)

    • UTomase uyangabaza kodwa kamuva uyakholwa (24-29)

    • Injongo yalo mqulu (30, 31)

  • 21

    • UJesu ubonakala kubafundi bakhe (1-14)

    • UPetru uqinisekisa uJesu ngokuthi uyamthanda (15-19)

      • “Yondla amawundlu ami” (17)

    • Ikusasa lomfundi othandwa uJesu (20-23)

    • Isiphetho (24, 25)